Mama Wami

Mama Wami 歌词

流派Jazz
原文语言ZU
浏览量335
歌词坐标

原文歌词

ZU
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
18
Namhla ngingedwa ngisel'ebunzimeni Akekh'ongangiduduza kulolusizi Ngehla ngenyuka nemithwalo Umama wehlukana nobaba wam Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi Umama wangiyala wehlukana nobaba Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje Namhla ngingedwa ngisel'ebunzimeni Akekh'ongangiduduza kulolusizi Ngehla ngenyuka nemithwalo Umama wehlukana nobaba'm Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi Umama wangiyala wehlukana nobaba Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi Umama wangiyala wehlukana nobaba Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje Ngiyakukhumbula mama wami Ngisebunzimeni namhlanje