Umncele

Umncele 歌词

流派Pop
原文语言ZU
浏览量57
歌词坐标

原文歌词

ZU
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
18
Ngizow' wela Ngiyavuma ngizow' wela Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele Uthando luyanqoba konke Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (ooh, ooh) Uthando luyanqoba konke Olwasemandulo (lwakdala) Ngiwel' izibuko Ngiyokha ngaphesheya Kunomthombo wamanzi amnandi Kunejongo eling'funa phansi Iqhamuk' isingvimb' insizw' izizwa Ithi uyang'faka noma uyang'khipha? Dudlu ntombi dudlu (dudlu), dudlu Ung'fak' enhlizweni nom' ung'khiph' osizini? Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele Uthando luyanqoba konke Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (oh, oh) Uthando luyanqoba konke Ngishaya isphithiphithi ngiyazi ngenzani Isndiyandiya yah Isgcin' iyogcagcel' esokeni Ngiyeke, ngiyeke mama Uthando luyangehlula I put my guard down (down, down) Amazw' akho anamandla Inhliziyo iyakhathala amanga Okuz'khohlisa kwam', ngik'nika ucu lwam' Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele) Uthando luyanqoba konke (konke) Ngiyezwa mfo (yezwa mfo) Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele) Uthando luyanqoba konke (uthando luyanqoba, luyanqoba konke) Ngiyezwa mfo Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (hay' ngizow'wela) Uthando lyanqoba konke (ngizow'wela) Ngiyezwa mfo (yezwa mfo) Ngiyavuma ngizow'wela lo mncele (lo mncele) Uthando luyanqoba konke (hay'bo)