Woza My Love

Woza My Love 歌词

流派Pop
时长3:27
原文语言ZU
浏览量16.4K
歌词坐标

原文歌词

ZU
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
18
Heal my heart and touch my soul Vele ngishawe luvalo, wangithanda ngingenanto Ngelosi yami yokuphila, ngicel' uhlale nami Uthando lwam dali, lubanzi lujulile Ngifis' ukuchith' insuku zokuphila nawe Ithemba lam dali, liyophelela kuwe Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Sengihambe amakhilomitha mina, sengihamb' amakhilomitha mina Ebusika bengizula ngifuna wena Phela wena uyimfudumalo yami yeminyaka Imizwa yami iyakhuluma masibukana Ivel' ithi dali sondela ngithi manqa Ufik' empilweni yam ilanga lisarhwalala Buka manje sekuyakhanya kuyaqhakaza Lalel' intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi Lalel' intliziyo yami dali ngoba anginawo amaningi Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi Anginawo amaningi nje, anginawo amaningi Uthando lwam dali, lubanzi lujulile Ngifis' ukuchith' insuku zokuphila nawe Ithemba lam dali, liyophelela kuwe Yinjabulo ya ntsuku zonke my sweet darling Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Sthandwa sami, woza my love, woza my love Bambo lwami, woza my love, woza my love Uthando lwam dali, oh na na na Ithemba lam dali, oh na na na Oh babe