mnike

mnike 歌词

流派Pop
原文语言ZU
浏览量2K
歌词坐标

原文歌词

ZU
暂时没有翻译,当前显示原文歌词。
18
uyayazi lento ayifunayo mnike yona mnike yona uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) kubalulekile uzame zonke indlela zokujabulisa isnqanda mate sakho kubalulekile uzama konke okusemandleni uthi sijabule islavithi sakho yhe ingozi enkulu yikuthi kufik’ umuntu ezame ukwenza into ongayenzi wena hayaya uzosol’ ubani (sebamchamile sebamthathile kuwe) awuthi ukunyusa amasokisi uzoyazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) mnike ungamnqabeli injabulo mnike kuzoba mnandi ekhaya yenza konke do all the best you can unga relax okumele kwenze wena hey (mnike) mnike akufunayo (mnike) mnike akudingayo (mnike) uyakwazi konke wena (mnike) uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uyayazi lento ayifunayo (mnike yona mnike yona) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) uma engayitholi kuwe (uzohamba eyifuna) (angeke kusaba mnandi ekhaya) mnike mnike ungamnqabeli mnike mnike ungamgodleli mnike mnike ungamncishi umntana bantu mnike mnike konke ngokwakhe ehe wo