Isikhalo

Isikhalo کے بول

اصل زبانZU
مناظر331
گیت کے بول کے نقاط

اصل بول

ZU
ترجمہ ابھی دستیاب نہیں۔ اصل بول دکھائے جا رہے ہیں۔
18
Bawo nginesikhalo Bawo ngiyakhala Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami Umonelan umphefumulo wami, kangaka? Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe? Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele Umangithi ngiya ngapha nkosi yami Ngihlangana nabo Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami Njengoba ngihamba kuyo lendlela yakho Izitha zami nkosi yami zikhula mihla yonke Abaningi baba banomona Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami Amakholwa wonke emhlabeni ahlaselwe Bhekis' uvalo kubo bangalahleki Bahlale ndleleni yakho nkosi yami Eyebomini ubomi obungunaphakade Umonelan umphefumulo wami kangaka? Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe? Lon' omubi ney'ngelosi zakhe bangihlasele Umangithi ngiya ngapha nkosi yami Ngihlangana nabo Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami Njengoba ngihamba kuyo lendlela yakho Izitha zami nkosi yami zikhula mihla yonke Abaningi baba banomona Oh nkosi yami bakhubaz umoya wami Amakholwa wonke emhlabeni ahlaselwe Bhekis' uvalo kubo bangalahleki Bahlale ndleleni yakho nkosi yami Eyebomini ubomi obungunaphakade Umonelan umphefumulo wami kangaka? Lokh okwenza kimi nakuwe kuzokwenzeka Amazwi abawakhulumayo kimi ayahlaba Ungathanda yini uma lokho kwenzeka kuwe?