Esphambanweni (feat. Hlengiwe Mhlaba W)

Текст песни Esphambanweni (feat. Hlengiwe Mhlaba W)

Язык оригиналаZU
Просмотры33
Координаты текста

Оригинальный текст

ZU
Перевод пока недоступен. Показан оригинальный текст.
18
Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wena Jehova unesineke Futhi uyangikhathalela Wena Jehova uyang'mangaza Awufani, awufani nab'abantu Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha Indebe yam' iyagcigcima Oh Haleluya useyingoma yam' Yoku, yokudumisa Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wena Jehova awungiyeki Ngob' uyakhathazeka Nginawe angisoze ngadangala Phel' awufunani awafunani Nabantu Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha Indebe yam' iyagcigcima Oh Haleluya useyingoma yam' Yokudumisa, oh Haleluya Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wena Jehova unesineke Futhi uyangikhathalela Wena Jehova uyang'mangaza Awufani, awufani nab'abantu Ugcobis' ikhanda lami ngamafutha Indebe yam' iyagcigcima Oh Haleluya useyingoma yam' Yoku, yokudumisa Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme Wabethelwa ngenxa yami Es'phambanweni se hlazo Yingakho ngikudumisa Ngithi uphakeme