Thula

Letra de Thula

GêneroJazz
Idioma originalZU
Visualizações68
Coordenadas da letra

Letra original

ZU
A tradução ainda não está disponível. Exibindo a letra original.
18
Musa ukhala Musa ukhala thula Noma kubuhlungu kodwa kuzodlula Yebo uyasiph' aphinde athathe futhi thula Thina masithandazeni simdumise Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba) Usikhanyisele Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba) Usithethelele Kwenzeka imihla namalanga Kodwa akujwayeleki Akujwayeleki Kwenzeka imihla namalanga Kodwa akujwayeleki Akujwayeleki Musa ukhala Musa ukhala thula Noma kubuhlungu kodwa kuzodlula Yebo uyasiph' aphinde athathe futhi thula Thina masithandazeni simdumise Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba) Usithethelele