가사 좌표
ZU원문 가사
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
Namhla ngingedwa ngisel'ebunzimeni
Akekh'ongangiduduza kulolusizi
Ngehla ngenyuka nemithwalo
Umama wehlukana nobaba wam
Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi
Umama wangiyala wehlukana nobaba
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje
Namhla ngingedwa ngisel'ebunzimeni
Akekh'ongangiduduza kulolusizi
Ngehla ngenyuka nemithwalo
Umama wehlukana nobaba'm
Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi
Umama wangiyala wehlukana nobaba
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje
Ingabe kuyoze kube nini ngikulolusizi
Umama wangiyala wehlukana nobaba
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje
Ngiyakukhumbula mama wami
Ngisebunzimeni namhlanje




