Ngiyesaba

Ngiyesaba 가사

장르Soul
길이4:34
원문 언어TL
조회수1.2K
가사 좌표

원문 가사

TL
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
Yath' izibika insizwa Kungena ngapha kuphume ngale Ungixolele bhuti Inkinga ayikho kuwe ikimi Ngithi ukhona na? Ongavuma ukuthi uthando lulula? Ngithi ukhona na? Othi othandweni kuyashelela? Seng'phelile ukusha mina Seng'khathele ukusha mina Seng'phelile ukusha mina Seng'khathele ukusha mina Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba Aningichazeleni Mhlampe kukhona la ngiyimosha khona Ngiyemumva, ngiyaphambili Kimi kuyafana Ngithi ukhona na? Ongavuma ukuthi uthando lulula? Ngithi ukhona na? Othi othandweni kuyashelela? Seng'phelile ukusha mina Sengkhathele ukusha mina Seng'phelile ukusha mina Sengkhathele ukusha mina Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba Ngiyesaba ukuwela ngonyawo, ngonyawo Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba Indlela yothando iyahlaba