Muntu Wasemzini

Muntu Wasemzini 가사

장르Pop
원문 언어ZU
조회수73
가사 좌표

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
(Yeah, you know it) Wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Bafikil' abakhongi Kuhlangenwe ngam' aw'boni? (aw'boni) Bezocel' isihlob' esihle kithi komavela Bengivele ngamafastela Ngilokhu ng'shona le ngitatazela Wang'shela kwaba njalo Ubhuti indaba yakhe way'mela (way'mela mela) Ngibonani ngamehlo ami, ngibonani? Ng'yaphuphani na? Ng'yaphuphani? (ngabe ng'yaphupha?) Kukhona nam' obon' unkosikazi kimi Unesifiso sokuth' ng'yovus' umuzi wakini Ng'ze ngazizwa ngimkhulu Ngazizwa ngiwmuntu Ng'yabonga kakhulu Wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Injabulo is sky high Ubhut' uy'khiphe zonke Nam' angaz' kodw' umshado ngath' usondele Ng'yambon' ubaba, ng'yambon' umama Bona bajabule Ng'yambon' ubaba Eseng'bambe kwakungiqinisa ngengalo Ng'yambon' umama esengiyalisisa ngalolu hambo Uzuy'phathe kahle mtanami Uhloniph' emzini mtanami Umendo ke kaw'thunyelwa gundane Noma kunzima ngicel' uy'bambe ziqine Uzuy'phathe kahle mtanami Uhloniph' emzini mtanami Umendo ke kaw'thunyelwa gundane Maw' kunzima ngicel' uy'bambe ziqine eh Wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Aw' wemuntu wasemzini (Ngiyabong' ukwenzil' UK'thembeka kimi) Mina ngizwa nithi (Nizomlanda umakoti wenu) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (woza, woza, woza, woza bo) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya) Yeah, yee (sengifuna ngokufisa ngikubone baba wekhaya)