Kahle

Kahle 가사

장르Pop
원문 언어ZU
조회수135
가사 좌표

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
(Yeah you know it) thabath' inhliziyo yami, yami udlize ngothando lwethu emazweni engathi ungahlal' useduze kwami ngoba njalo uhlezi usemcabangweni uma bethi likhiph' umkhovu etsheni basuke belinganisa ngothando lwethu (oh) lushisa bhe, wen' owabon' ilanga ehlobo (oh) wena unguy' engim'dingayo impel' unguy' inhliziyo emkhethayo laph' uthando lwakho lung'holela khona, mina ngizok'landela ngoba unguy' engim'dingayo impel' unguy' inhliziyo emkhethayo ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena ungiphethe kahle, ungiphethe kahle umuntu wam' ungiphethe kahle, ntofontofo u-lovey baby, asambe siyoshawa umoya lapha ngasolwandle honey, belunjani usuku lakho ke namhlanje? yizo lezi izinto encane ey'jabulis' umoya (moya) bengingaz' ukuthi uyang'thanda bengithi udlala ngami (bengithi udlala ngami) haw' sek'yacaca awunaso isikhathi sokudlala (dlala) aw'fune lutho ngami (aw'fune lutho ngami) thando lwakho (oh thando) lona lubanzi lujulile (lona lubanzi) lona lubanzi lujulile (lujulile) ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (olunje) ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (olunje) ungiphethe kahle (phethe kahle), ungiphethe kahle umuntu wam' (baby) ungiphethe kahle (ungiphethe kahle), ntofontofo u-lovey (yeah) ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunjena) ngiyaqal' ukuthol' uthando olunjena (uthando olunje) ungiphethe kahle (olunje), ungiphethe kahle umuntu wam' (oh thando) ungiphethe kahle (oh woah-woah), ntofontofo u-lovey (whoah)