Ngiyabonga

Ngiyabonga 가사

장르Afrobeats
원문 언어ZU
조회수1.1K
가사 좌표

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
Eyi-yeh, eyi-yeh Eyi-yeh, eyi-yeh Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona Ngoba abanye bayalifisa lelithuba Kodwa abalitholi, mm, mm Uma ngibuka emuva lapho eng'suka khona Baba ngiyabonga, baba ngiyabonga Ngokungenzele umusa ongandele bani Wangithatha ngisem'nyango wangibeka emsamu Okunye engikucelayo, ngicela amandla Amandla okubhekana nezinqinamba Ohambweni lwami olusha engilithathayo, oh, woh, woh Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona Ngoba abanye bayalifisa lelithuba Kodwa abalitholi, mm, mm Ngibonga uthando nethuba Engilithole kubantu bangeseka Banginika amandla okuqhubeka Eh, yeh, yeh, yeh, yeh, yeh Ngibonga inhlonipho engiyiphiwe uMdali Wangenza ngathoba ngabazi abanye abantu Ngoba angiyilutho ngaphandle kwabo, oh, woh Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana Ngob' izandla, ngob' izandla ziyagezana Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona Ngoba abanye bayalifisa lelithuba Kodwa abalitholi, mm, mm Ngibonga unkulunkulu ngangiphe kona Ngibonga unkulunkulu ngangenzele kona Ngoba abanye bayalifisa lelithuba Kodwa abalitholi, mm, mm