usukhulude

usukhulude 가사

장르Pop
원문 언어ZU
조회수209
가사 좌표

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
Ooh aah ooh aah Usukulude lude singalwanga Usukulude lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Ngahlangana nebhodw'emnyango Ngizula beng'vika amanzi abilayo Mina ne towulo emanzi siyazwana kulamalanga Angazi sibangani mntan'omuntu Mina ngiyayisebenzel'iyingane zilala zidlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimelwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe Usuku lude lude singalwanga Usuku lude lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Noba kunzima noba kulukhuni bo Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe Noba kunzima noba kulukhuni bo Hayi ngoba ngiyak'thanda mina ngizohlala nawe Mina ngiyayisebenzel'iyingane zilala zidlile kodwa Imfudumalo ayikho la ekhaya sthandwa sam Uma ngiwushiya lomhlaba Ngimelwa yinhliziyo ungakhali Ngibulawe nguwe Usuku lude lude singalwanga Usuku lude lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Njalo amacala amacala uwelele Lude singalwanga Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda (Ng'zobambelela mama) Noma kunzima (hayi we) Noma kulukhuni (hayi we) Ngoba ngiyak'thanda Ng'zobambelela mama