We Bangcwele

We Bangcwele 가사

원문 언어ZU
조회수42
가사 좌표

원문 가사

ZU
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
18
Thina silindel' usuku olukhulu Lokubuya, ukubuya kukaJesu Laph' abangcwele bona bazohlwithwa We bangcwele, amen hallelujah Oh, yek' intokozo yokwazana Nay' uJesu, oh, thina size la Oh, yek' injabulo Injabulo yabangcwele Yabangcwele Thina silindel' usuku (we bangcwele) Olukhulu (we bangcwele) Lokubuya (we bangcwele) Ukubuya kukaJesu (we bangcwele) Laph' abangcwele (we bangcwele) Yena ezobathatha (we bangcwele) We bangcwele (we bangcwele) Amen, hallelujah (we bangcwele) Oh, yek' intokozo (we bangcwele) Yokwazana (we bangcwele) Nay' uJesu (we bangcwele) Oh, thina size la Oh, yek' injabulo Injabulo yabangcwele Yabangcwele Oh, thina silindel' usuku (we bangcwele) Lon' olukhulu (we bangcwele) Lokubuya (we bangcwele) Ukubuya kukaJesu (we bangcwele) Laph' abangcwele (we bangcwele) Yena ezobalanda (we bangcwele) We bangcwele (we bangcwele) Amen, hallelujah (we bangcwele) Oh, yek' intokozo (we bangcwele) Yokwazana (we bangcwele) Nay' uJesu (we bangcwele) Oh, thina size la Oh, yek' injabulo Injabulo yabangcwele Yabangcwele Oh, we bangcwele (we bangcwele) Ikhon' imiqhele (we bangcwele) Ebekelwe (we bangcwele) Ona amaqhawe (we bangcwele) Ngisho izingubo (we bangcwele) Izingubo ezimhlophe (we bangcwele) Zicolekile (we bangcwele) Zihlanjw' egazini (we bangcwele) Oh yek' intokozo (we bangcwele) Yokwazana (we bangcwele) Nay' uJesu (we bangcwele) Oh, thina size la (we bangcwele) Oh, yek' injabulo Injabulo yabangcwele Yabangcwele Oh, we bangcwele (we bangcwele) Ikhon' imiqhele (we bangcwele) Yona ibekelwe (we bangcwele) Ona amaqhawe (we bangcwele) Ngisho izingubo (we bangcwele) Izingubo izingubo (we bangcwele) Zicolekile (we bangcwele) Zihlanjw' egazini (we bangcwele) Oh, yek' intokozo (we bangcwele) Yokwazana (we bangcwele) Nay' uJesu (we bangcwele) Oh, thina size la (we bangcwele) Oh, yek' injabulo Injabulo yabangcwele Yabangcwele Jesus Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Sinemiqhele siyibekelwe nguyen' uJesu laphaya Uzosithwesa ma sesifika khona le Sinemiqhele siyibekelwe nguyen' uJesu laphaya Uzosithwesa ma sesifika Yona lemiqhele Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu Ngibon' imiqhele yegolide ngaphesheya Kwelizayo lamafu, oh Kwelizayo lamafu