가사 좌표
ZU원문 가사
번역이 아직 없습니다. 원문 가사를 표시합니다.
Ngifisa ngabe bengi nalo
Kube beli khona
Eliny'ithuba lokuba nawe
Okok'gcina
Ngoba awusi valelisanga
Umuzohamba
Awulayelanga
Besingalindelanga
Ngifisa noma usuku
nomzuzwana nje
Sibe munyefuthi
Ukube benginawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
Ukube benginawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi
Ngiyalu khumbula
Uncumo lwakho
Nephimbo lakho ooh
Ngiyafisa ngabe benginawo amandla
Okuvusa abalele
Kubengaqala ngawe
Ukube benginawo amandla
Oku vusa abalele
Kungaphila abaningi
Nom'usuku olodwa
Nesi bathandayo
Sibe munye futhi




