Ngiyeza

Ngiyeza 歌詞

時間5:00
原文言語ZU
閲覧数2.4K
歌詞座標

原文歌詞

ZU
翻訳はまだありません。原文を表示しています。
18
Dali wen'unghambel'umaway Ngiyeza ngzohlala kini Ngenxa yent'engaphakathi kimi Dali wami Wokhuluma wokhuluma Wokhuluma dali Ngob'ufuna ngzohlala kini Dali wami Wokhuluma wokhuluma Wokhuluma dali Ngob'ufuna ngzohlala kini Wowo dali Ngoba wath'uthando lukhona Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Noma bengathi ngikipitile Bekhulume kabi ngathi Bethi ekhaya kithi mina ngizikhiphile Soka lami Wena hamb'kwa Ndonga ziyaduma Awhambe uyosebenza Khon'uzobuya ukuxhumane nomalume Bath'ekhaya uyinkunzi yomgulukudu Wena ukhonz'abobhululu Omalume bethi kim ngisphukuphuku Dali wen'unghambel'umaway Ngiyeza ngzohlala kini Ngenxa yent'engaphakathi kimi Dali wami Wokhuluma wokhuluma Wokhuluma dali Ngob'ufuna ngzohlala kini Wowo dali Ngoba wath'uthando lukhona Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Themba lami likuwe thando lwethu likhulu Mabekhuluma sthule nezitha zishlula Sthandwa uhamb'ubuye Bathi uzoduka nezwe kanjani Anibiz'uMaweni Khonazonginika ubheka mina ngedwa Ngedwa voh Dali wen'unghambel'umaway Ngiyeza ngzohlala kini Ngenxa yent'engaphakathi kimi Dali wami Wokhuluma wokhuluma Wokhuluma dali Ngob'ufuna ngzohlala kini Wowo dali Ngoba wath'uthando lukhona Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini Kodw'inkomo azikho Oh dali ngyeza mina ngzohlala kini Oh ngyeza ngzohlala kini Oh dali mina ngyeza ngzohlala kini