歌詞座標
ZU原文歌詞
翻訳はまだありません。原文を表示しています。
Nikhom' Lowsheen
Wa ni twa mus'
Mina nawe sthandwa
Siyohlala sindawonye
Kuyoze kuyovalwa
Siyohlala sindawonye
Ngishaywa uvalo enhliziyweni yami
Uma nginawe
Empilweni yami
Akekho omunye, ofana nawe
Ngishaywa uvalo enhliziyweni yami
Uma nginawe
Empilweni yami
Akekho omunye, ofana nawe
Thando lwami nguwe
Sthandwa sami nguwe my babe
Dali wami nguwe, nguwe njenge nkanyezi
Thando lwami nguwe
Sthandwa sami nguwe my babe
Dali wami nguwe, nguwe njenge nkanyezi
Mina nawe sthandwa
Siyohlala sindawonye
Kuyoze kuyovalwa
Siyohlala sindawonye
Ngishaywa uvalo enhliziyweni yami
Uma nginawe
Empilweni yami
Akekho omunye, ofana nawe
Ngishaywa uvalo enhliziyweni yami
Uma nginawe
Empilweni yami
Akekho omunye, ofana nawe
Thando lwami nguwe
Sthandwa sami nguwe my babe
Dali wami nguwe, nguwe njenge nkanyezi
Thando lwami nguwe
Sthandwa sami nguwe my babe
Dali wami nguwe, nguwe njenge nkanyezi




