Kulungile Baba

Paroles de Kulungile Baba

Durée4:46
Langue originaleZU
Vues5.8K
Coordonnées des paroles

Paroles originales

ZU
Traduction indisponible. Les paroles originales sont affichées.
18
Baba kulungile ma kutintando Yakho okwenzek'ezimpilweni zethu (Kulungile baba) Kulungile ke baba E-kulungile somandla Kulungile ke, baba E-kulungile makuyintando yakho (Kulungile ke baba) Kulunge konke somandla E-kulungile ke baba Makuyintando yakho baba E-kulungile ke baba Konke okwenzekaya makuyintando yakho somandla Ye kulungile ke somandla, kulungile ke Makuyintando yakho somandla Konke okwenzekaya ezimpilweni zethu kulungile ke Noma kukubi noma kukuhle kulungile Kodwa makuyintando yakho Makuvhume wena Noma ukholo lwethu belunyakazisa baba Noma imvungumvungu zifika Kulungile ke Kulungile ke somandla Kulungile makuvhume wena Kulungile oh (Kulungile ke baba) Noma kwenzek'izinto ezibuhlungu ezimpilweni zethu Kodwa kulungile Noma besihlukumeza besihluphel'ukholo lwethu, ah! Kulungile ke baba Noma kubuhlungu, kodwa kulungile Lalela! Ngithi noma kunenkinga laph'ekhaya kodwa ngithi ke Makuyintando yakhe kulungile ke Nom'omakhelwana behlekisa ngawe Kodwa makuyintando yakhe, kulungile Noma sebehleka ngawe, behleba ngawe kulungile ke, ah! Ngithi noma ushado wako ubhidlika laph'ekhaya kodwa ngithi Makuyintando yakhe yena Kulungile baba ah! Kulungile Noma umsebenzi usukuphelele Kodwa makuyintando yakho Kulungile Ah! Uyazi ulala ungadlile ekhaya Kodwa kulungile ke Makuyintando yakho baba kulungile Noma inkinga zikulandela kodwa makuyintando yakhe Mus' ukukhala, usukhala usatane uzojabula Eh kulungile baba Kulungile baba Kulungile somandla Makuyintando yakho baba Baba makuvhume Wena ngempilo zethu, kulungile ke Kulungile baba Kulungile ah! Mus'kukhala, mus'kukhala Sul'inyembezi ah!