Coordenadas de la letra
ZULetra original
La traducción todavía no está disponible. Mostramos la letra original.
Musa ukhala
Musa ukhala thula
Noma kubuhlungu kodwa kuzodlula
Yebo uyasiph' aphinde athathe futhi thula
Thina masithandazeni simdumise
Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba)
Usikhanyisele
Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba)
Usithethelele
Kwenzeka imihla namalanga
Kodwa akujwayeleki
Akujwayeleki
Kwenzeka imihla namalanga
Kodwa akujwayeleki
Akujwayeleki
Musa ukhala
Musa ukhala thula
Noma kubuhlungu kodwa kuzodlula
Yebo uyasiph' aphinde athathe futhi thula
Thina masithandazeni simdumise
Yiba nathi nkosi (yiba nathi Baba)
Usithethelele




