memeza

Letra de memeza

GéneroPop
Duración6:06
Idioma originalZU
Vistas2.1K
Coordenadas de la letra

Letra original

ZU
La traducción todavía no está disponible. Mostramos la letra original.
18
Sengize ngasha nezwi ngimemeza Ngimemeza Kodwa akekh' osabelayo Kodwa makumemeza bona hhayi I'm always there when they need me They need me, they need me Ngiyasabela We bafethu kanti yini eyanenza ningasabeli Eyanenza ningasabeli mangikhala nami Bengithi izandla ziyagezana Oh kanti nginamanga Ngiyazikhohlisa mina Ngingamane ngithemb' itshe Kunokuthi ngithembe umuntu Ngoba umuntu uzokujikela ebusweni njengotshwala Izolo bafika kimi bebedinga usizo Ngabanika Kodwa mangibadinga ababongwa Makuwuwe ngikhala nawe Makuyimi ngikhala ngedwa Sengiqanjwe negama elisha Thu 'Mabizw' asabele Hlala nami Nkosi Namhlanje kunje nje nje Ngenxa yokulunga kwami I care too much